Kuyintokozo kimi ukunethulela lencwadi equkethe izindaba ezimfishane ezahlukene. Ezinye zazo zigxile kakhulu kwimithelela edalwa ukugcina izimfihlo zakudala nokuhlukumezeka kwabantu kwabesifazane.
Amanxeba asifundisa ukuthi iqiniso kumele ulikhulume noma ngabe kunzima kangakanani ngoba kuyoba nomthelela kusasa. Ngingegxile kakhulu ekuchazeni, zifundele ukuze uzobhema ukholwe.