SASEKA FUNERAL SERVICES
Business Name : Saseka Funeral Services
Business Registration No.: K2018062556
Address: 1234 Zazi Road, Clermont Township, Durban
Contact No.: 081 234 5678
Email Address: [email protected]
CEO: Mr Bongani Tobela
SERVICES
Inkampani yethu yaqala ngo 2021, isungulwa ngenxa yokubona abantu bakithi kudlalwa ngabo uma bevelelwe umshophi wokushonelwa. Sase sibona ukuthi kungabakuhle ukuba inkampani enozwelo nesineke ekusebenzeni kwayo. Esikwenzayo yiloku okulandelayo:
- Silanda umzimba lapho umufi eshonele khona, noma lapho eyiswe khona.
- Siyawuwasha, siwugqokise.
- Sidayisa amabhkisi
- Sikhipha izimoto zokuthwala umzimba okanye ezithwala umndeni
- Sikhipha izzimbali neziphambano, amatende, izihlalo, izindwangu, amadlelo nokunye
- Sihlela umngcwabo onesizotha.